ISAVEYI YOKUHLOLA UKUSEBENZA KWENQUBOMGOMO YOBULIMIMBILI ENYUVESI I-UKZN

Ethical clearance number: HSS/0668/016

Researcher: Professor Delia North

Mfundi,

ISAVEYI YOKUHLOLA UKUSEBENZA KWENQUBOMGOMO YOBULIMIMBILI ENYUVESI I-UKZN

Le saveyi emfishane kodwa ebalulekile ihlose ukuphenya ngamazinga okuqonda kwabafundi, abasebenzi (abafundisayo nabangafundisi) nabaphathi benyuvesi ngohlelo nenqubomgomo yolimi njengoba kwamukelwa ngonyaka wezi-2006, yabuyekezwa ngonyaka wezi-2014. Isaveyi ihlose ukuthola ukuthi yiziphi izinto okumele zenziwe ukuze kusetshenziswe ngendlela futhi kufezwe izinjongo zohlelo nenqubomgomo yolimi. Iyindlela esiyisebenzisayo ukuze sicubungule izindlela ezifanele (ezibandakanya nobuchwepheshe) zokusebenzisa nokwazisa izilimi zendabuko ezisenyuvesi.

Uyacelwa ukuba ugcwalise le saveyi ngokuphelele bese uyibuyisa ngale-linki onikezwe yona, ngaphambi komhla zingama-04 ku Nhlaba 2017.

 Cindezela lapha ukuze ugcwalise le saveyi:

 https://surveys.ukzn.ac.za/index.php?r=survey/index&sid=541131&lang=en

Attachments
GRANTED ethical clearance lang >>>> SRegistrar16091213253.pdf
Notice Details
Category Announcements
Posted 28 April 2017
By Raj Murugan
Tel
From UKZN
Audience
Howard College Students  Medical School Students